Nina beSilo ake ngiphose itshe eSivivaneni ngomlando weDolobha laseThohoyandou okuyiDolobha elitholakala eVenda , esingasho impela sithi yiyona Nhloko Dlolobha yaseVenda . Igama elithi ‘thoho ya Ndou lichaza ‘ ukuthi ‘ikhanda le Ndlovu ‘ ngesiZulu. Leli Dolobha laqanjwa ngeNkosi yabaVenda in... qhubeka ufunde »
Nina abakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela , iNkomo eyakhala khala eMthonjaneni izizwe zonke zayizwa ukulila!! #ISilo sakithi KwaDukuza leso , iSilo uShaka ka Senzangakhona. **Nina beSilo le Nduku eniyibonayo iwuhlobo lweNtuma olubizwa ngokuthi uMenembo . Kusebenza impa... qhubeka ufunde »
Nina abakaVezi kofa abantu kosala izibongo , yizona eziyosala zibadabula , yizona eziyosala zibalilela emanxiweni!! INdiha lebabayo enjengeSibhaha sona simababa kuMahashanga!UQambi lankomo ukuba zilahlekile ziyofa uMdlebe kwaSoshangane #ISilo sakithi eMgungundlovu leso, iSilo uDingane ... qhubeka ufunde »
Nina abakaSingquma khuluma bakuzwe umoya abasezitheni nabasemakhaya! UMancwaba weZwe lamaphethelo lona lincwaba ngeMikhemezelo! Inkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyokufa uMdlebe!! #ISilo uDingane leso! ISilo sakithi eMgungundlovu…Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade , ngethemba... qhubeka ufunde »
Nina abeZulu laduma obala lapho kungeMunga kungeMtholo uHlamvana bhula umlilo eNdulinde ububaswe nguMantshonga benoGqelebana! IGwalagwala likaMenzi elisuke eNtumeni kwabheja iShowe kwabheja iNdulinde , kwaze kwaya kwabheja noLwandle noThukela .UThambekeka wena owaliwayo thambekeka wewuswe iNtambana ... qhubeka ufunde »
Nina abeBululu lika Phunga noMageba  eladonda ukusuka kwaze kwasuka awezindllwana! OShele ka Dolofu kuMaQadasi ,oMzitshana kuMaQadasi ,oSomtsewu ka Sonzica kuMaNkinsimane amabululwana ezindlwana! UMagwaz’eguqile njengethole!#ISilo uCesthwayo leso ! ISilo sakithi oNdini…. *Lo Somtswewu ka Sonz... qhubeka ufunde »
-Ke ba Mohale a’ letlatja -Bakhwebo ba Mmapula a’ -Ngwako Bare wena o Å¡upago tlaja oa hlola -Nkabe o ka Å¡upa Maolwe, elego -Bokgalaka Batho babo Molate Rakhonamela, -Khonamela o nyele phaho, tÅ¡hepa la mobe ha le bonwe. -Motho wa Mohale, Mohalefa hotlhe, khare ntle khare ntlone, -Batho babo kh... qhubeka ufunde »
Nina abakaSomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi kwaZulu! UTshwala buka Gologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazane! UNowelamuva wawoShaka uZalukazi zosola emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni! Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade... qhubeka ufunde »
Nina abeZulu eladuma obala lapho kungeMunga kungeMtholo , iSinakanaka sezincwadi ebezibhalwa uMalimade kwabamhlophe abeLungu! UHlamvana bhula umlilo eNdulinde ububaswe nguMantshonga benoGqelebana! #ISilo sakithi oNdini leso! ISilo uCetshwayo ka Mpande . Enhla nasezansi ngethemba isaphila iNgabade. Â... qhubeka ufunde »