Nina abeNtulo ebande ngodonga kwaBhekuzulu! USihlangu simagqabha sinamanxeba! UNtaba zimbili zakhelene zentula ngisho ukuxhawulana! UZiyayinhlonhlonga inkomo ethandwa zibawu!!#ISilo sakithi eNaleni leso iSilo uMdlokombane……Enhla nasezansi ngiyayibingelela yonke iNgabade, ngethemba basaphila abeS... qhubeka ufunde »
Nina abakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela! UDunjwa yedwa limkhandanisile! IGwija likaMdlaka ligwegwe lijiyeze abasini beNgoma!#ISilo sakithi KwaDukuza leso. Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo, ngethemba nisaphila nina beNgwazi . ….Nina beSilo ake sibheke umland... qhubeka ufunde »
Nina bakaMbomboshe omnyama uMgabadeli owagabadela inkundla yakwaBulawayo , iNkomo eyabuya yodwa kwaSoshangane ezinye ziyofa uMdelebe!!#Enhla nasezansi ngethemba basaphila abeZulu eliphezulu. Cha, thina sisaphila eMantungweni. Nina beSilo ake sibheke umlando ngeDolobha laseMkhondo . EMkhondo Leli Dol... qhubeka ufunde »
Nina bakaMdayi sabela kweliphesheya uZalukazi zosala emanxiweni amaXhegu ayosala emizileni, uSomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi kwaZulu,UTshwala bukaGologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa imihlambi yezinyamazane!#ISilo uMpande leso .ISilo sakithi kwaNodwengu... qhubeka ufunde »
Nina abeNkayishana enkulu ka Menzi ephuza uMlaza ngameva ! ULanga lisehlule madoda sesingamavithi!#ISilo sakithi kwaDlamahlahla leso , iSilo uSolomoni ka Dinuzulu.. Enhla nasezansi ngiyababingelela abeSilo. Ngethemba basaphila. Le Nduku eniyibonayo kuthiwa uMavumbuka igama layo .Ibuye ibizwe ngeHl... qhubeka ufunde »
Nina abakaMancwaba wezwe lamaphethele lona lincwaba ngemikhemezelo! Isela lintongande lawoBaleka lithabathe umshiza lawetshatha liyawugalela ngawo eMankenganeni! USingquma khuluma bakuzwe umoya abasezitheni nabasemakhaya!! #ISilo sakithi eMgungundlovu leso , iSilo uDingane ka Senzangakhona!.. Nina b... qhubeka ufunde »
Nina abakaMandasithebeni lo onjengeNsonyama! UTshwala bukaGologo babungaphuzwa muntu kithi kwaMalandela babuphuzwa yimihlambi yezinyamazane! USomnandi ka Ndaba woza ngange umlomo umlomo uyangiwa kithi KwaZulu!#ISilo sakithi kwaNodwengu leso , iSilo uMpande ka Senzangakhona. Enhla nasezansi ngiyabing... qhubeka ufunde »
Nina abeGwalagwala likaMenzi elisuke eNtumeni kwabheja iShowe kwabheja iNdulinde kwaze kwaya kwabheja noLwandle noThukela !! ISinakanaka sezincwadi ebezibhalwa uMalimade kwabamhlophe abeLungu! UKhaba limile lodwa ngaseNhlungwane amanye amakhaba emila izixexelegu!! ##ISilo sakithi oNdini leso , iSilo... qhubeka ufunde »
Nina abakaZulu lizayo khwezani abantwana ngabadala bodwa abayozibalekela! IGwija likaMdaka ligwegwe lijiyeze abasini beNgoma!! UDlondlwane luya luhlezi luya ludlondlobele luyadla lubeka iSihlangu amadolweni!! Enhla nasezansi ngiyababingelela abeZulu eliphezulu . Ngethe basaphilala . UZangume Nina be... qhubeka ufunde »