-(Igama lekhambi) *(Umsebenzi walo kubantu) Endulo bengakabikho oDokotela noNgoti bezemithi oKhokho bethu babethembele emakhambini esintu ekwelapheni izifo. Ayebesebenzela , elapha ngisho izifo eziyingozi ezazibangwa izibawu kanye nomiyane . Lawo makhambi asekhona nanamuhla ize iningi lethu seliwash... qhubeka ufunde »
IZINHLOBO ZEZINYOKA: Ziningi izinhlobo zezinyoka , kukhona ezinesihlungu , kanti ezinye azinaso isihlungu . Ngisho noma zingaluma umuntu lowo akafi ngoba azinabo ubuthi . Zizothinta ezimbalwa nje ezejwayelekile. – INHLATHU/INHLWATHI Lena yinyoka enesidumbu esikhulu,yinde ,ubude b... qhubeka ufunde »
Inkosi uBhungane yabusa isizwe saMaHlubi ngenkathi aBaThethwa bebuswa inkosi uJobe kaKhayi uyise wenkosi uDingiswayo Mthethwa. Inkosi uBhungane yayizalwa inkosi uNsele kaMashiya ka Dlomo. Unina wenkosi uBhungane kwakuyisithole sakwaMazibuko uManxanga Mazibuko. AmaHlubi jikelele emandulo ayedume ng... qhubeka ufunde »
Umlando ngempi yakwaMthashana/Impi kaSikhobobo Le mpi yaliwa mhla zingama 6 kuNhlaba ngowe 1902. Impi yakwaMthashana ibuye yaziwe ngempi kaSikhobobo . USikhobobo wayebongowakwaSibiya ,ezalwa nguBhabhakazana Sibiya. Isizathu sokuthi lempi ibizwe ngaye wukuthi nguyena owayeyihola. USikhobob... qhubeka ufunde »
Umlando ngabaTlokwa baka Motha Laba baTlokwa abaziwa ngokuthi bangabaTlokwa ba Mota abaxhumene nabakwaMotha abaphuma kwaThwala. Laba beSuthu esixoxa ngabo lana banyingxenye yabakwaMolefe esibathola bakhe ngaseNtabazwe (Harismith) eminyakeni yama 1800 . Bazalwa uMotha owabe engumfowabo omncane ka Sek... qhubeka ufunde »
*UNxaba kaMbekane Msane UNxaba kaMbekane wayeyinkosi yabakwaMsane ebusa abakwaMsane ababezinze lapho sukuyiHluhluwe khona. Umuzi wenkosi uNxaba kwakuse Gobeni. Lesi sizwe sakwaMsane sasingalwi ngemikhonto,kepha sasithungela imizi yezitha ngomlilo sishisele phakathi abantu. Lomkhuba wabantu bakwaMsan... qhubeka ufunde »
USibindwane Mofokeng* USibindwane ka  Mangwane ka Ramangwane ka  Malingwane ka Ramadingwane ka Lesoli wayengowakwaMofekeng isibongo, ephuma kuBafokeng bakaPatsa. Phela aBafokeng bahlukaniswe izigaba ezimbili, kukhona aBafokeng bakaPatsa kanye nabaFokeng bakaMmutla.  Le nsizwa yakwaMofokeng yayaz... qhubeka ufunde »
Umlando ngoNqoboka kaLanga wakwaSokhulu  . UNqoboka kaLanga wayeyiqhawe elikhulu futhi engumngane womkhulu weSilo sakwaDukuza iSilo uShaka kaSenzangakhona . Lezi nsizwa ezimbili zazikhule ndawonye kwaMthethwa ,ziphekwa iNkosi yaBathethwa iNkosi uDingiswayo kaJobe Mthethwa .  UNqoboka wayengum... qhubeka ufunde »
Umlando ngempi yaseMsebeImpi yaseMsebe yaliwa ngoNdasa mhla zingama29 ngowe 1883. Lempi yaseMsebe yayiphakathi koSuthu noMandlakazi . Isizathu esabangela ukuba kugcine kuthathelwane izikhali wukuthi uMntwana uZibhebhu owayehola uMandlakazi ngaleso sikhathi wayelokhu eqhubeke njalo ehlasela ama... qhubeka ufunde »